ukuThintana Book

R200.00

The isiZulu Science-Fiction Book

Phantsi noHlelo, Pantsi!

7 in stock (can be backordered)

Description

Ezalelwa emHlabeni lapho kungekho ubumnandi, kungenamibala, kungavunyelwe umehluko, kuphathwa luHlelo noLimi lwalo olulodwa, uZilimi ubizelwe ukuthatha indlela ehlukile – indlela eya ekudingisweni nasempini yekusasa labantu bonke. Kodwa uZilimi akayedwa: amaPhimbo answempu ayamsiza kuzo zonke izinkimbinkimbi zendlela ayikhethile.

UZilimi unamandla anele, aphinde ahlakaniphe ngokwanele, ukuze akhethe ikusasa lethu sonke?

Kanti yini okuxhumanisa izidalwa ezimangalisayo zesiGungu sabaNyukile, esihlangene endeni yomKhathikazi, nomntwana wasemHlabeni oneminyaka eyishumi nanye?

Kuyosuka-sukela…

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “ukuThintana Book”

Your email address will not be published. Required fields are marked *