Categories
homer

uSafo / Ψάπφω [31]

Le yintandokazi yami yenkondlo. Ngithanda indlela iqhubeka ngayo, kusukela emehlweni kuya ezindlebeni, kungene olimini nasesifubeni. Ikhuluma ngamandla othando. Funda-ke uyijabulele. Ngumzamo wami wokuqala ukuhumushela isiGilikhi esiZulwini. φάινεταί μοι κῆνοσ ἴσοσ τηέοισινἔμμεν ὤνερ ὄστισ ἐναντίοσ τοιἰζάνει καὶ πλασίον ἀδυ     φωνεύσασ ὐπακούει ibukeka kim’ injengothixo, noma yiph’ indod’ ebhekene nawe ehlez’ eduze nelimtot’ iphimbo lakho, elalele καὶ γαλαίσασ […]

Categories
homer

Homer: amaLungiselelo

Incwadi ebizwa i-Iliad noma “inkondlo yakwa-Iliyonu” imnandi uma uyizwa njengomlaleli, kodwa inzima uma uyibona ngamehlo okuhumusha. Kunemibuzo eminingi! Okokuqala: kufanele ngiyihumushe iphelele, noma ngihumushe iziqephu nje? Okwesibili: ngizokwenzani ngesigqi senkondlo? IsiZulu asinasigqi esifana nesamaGilikhi esibizwa nge-dactylic hexameter. Kuneminye, kodwa kwamanje okusele wukuthi ngiqhubeke!

Categories
homer

Greek vs isiZulu verbs

I’m going to do it. No, I’m doing it. I’m translating Homer into isiZulu. And there are so many different ways to start that it doesn’t feel like I’ve begun. But I have. There are about 200 translation equivalents already loaded between the two languages. Awesome. I’ve translated some of the names. Winning. So of […]