Categories
homer

Homer: amaLungiselelo

Incwadi ebizwa i-Iliad noma “inkondlo yakwa-Iliyonu” imnandi uma uyizwa njengomlaleli, kodwa inzima uma uyibona ngamehlo okuhumusha. Kunemibuzo eminingi! Okokuqala: kufanele ngiyihumushe iphelele, noma ngihumushe iziqephu nje? Okwesibili: ngizokwenzani ngesigqi senkondlo? IsiZulu asinasigqi esifana nesamaGilikhi esibizwa nge-dactylic hexameter. Kuneminye, kodwa kwamanje okusele wukuthi ngiqhubeke!

Categories
homer

Greek vs isiZulu verbs

I’m going to do it. No, I’m doing it. I’m translating Homer into isiZulu. And there are so many different ways to start that it doesn’t feel like I’ve begun. But I have. There are about 200 translation equivalents already loaded between the two languages. Awesome. I’ve translated some of the names. Winning. So of […]