And When My Eyes Relaxed, They Looked to God This is another prompt from the wonderful folks at Moye Magazine. It was in Class 2 that I realised that I could change my view of reality simply by relaxing my eyes. I could split an object into two different pieces just by relaxing my eyes. […]
Tag: Speculative Fiction
There are always stories in my head, but this week seems as good as any to keep track of what I am writing, here, on this electronic thing. Okokuqala, kunencwadi yobunsumansumane engiphethaphethayo kwamanje. Le ncwadi ibizwa ‘Impi yeHlathi’, ikhuluma ngoSikhulumi kaHlokohloko ezabalazela isizwe seHlathi elwa noyise, uHlokohloko. Izoshicilelwa nguClockwork Books ngoNdasa nyakenye, kanye nezinye ezimbili, […]
ubunsumansumane
Ngenkathi ngaqala ukubhala izincwadi zesiZulu, bengingazi ukuthi uhlobo engilubhalayo lubizwa kanjani ngolukaPhunga noMageba. Kade ngazi ngezinkondlo nangezindatshana nezindaba (phecelezi amanoveli), kodwa ikakhulukazi lezo zithanda ukubhalwa (ngesiZulu) ngezinto ezenziwa empilweni yasemhlabeni – hhayi ngezinto zomcabango (phecelezi ze-imagination). Okunye ebengazi ngakho yizinganekwane – ngakho indatshana yami yokuqala yaba yalolo hlobo. Izinganekwane zithanda ukubizwa ngelinye igama – izinsumansumane. […]
Khetha
Ngakhetha ukungena ngesango elincane, nokuhamba ngendlela eyingcingo. Emva koKhetho, nasemva kokuba kwaphinda kwacweba iziziba, ngizithola ngihlukile. Izwe lethu libukeka sengathi nalo lihlukile – kunenhlasana yethemba, kungaqhutshekwa emva kweminyaka yenkohlakalo. Kodwa sengiqala ukuwuzwa umehluko kimina. Kusengathi ngaba yisiphungumangathi esalenga iminyaka emoyeni, kwaqhamuka esinye isilwane kunalesiya esangena kusona. Kodwa abakwaziyo bathi isiphungumangathi singathatha iminyaka ukuze okungaphakathi kwaso […]
