




Incwadi ebizwa i-Iliad noma “inkondlo yakwa-Iliyonu” imnandi uma uyizwa njengomlaleli, kodwa inzima uma uyibona ngamehlo okuhumusha.
Kunemibuzo eminingi! Okokuqala: kufanele ngiyihumushe iphelele, noma ngihumushe iziqephu nje?
Okwesibili: ngizokwenzani ngesigqi senkondlo? IsiZulu asinasigqi esifana nesamaGilikhi esibizwa nge-dactylic hexameter.
Kuneminye, kodwa kwamanje okusele wukuthi ngiqhubeke!

2 replies on “Homer: amaLungiselelo”
I am looking forward to uMabhengwane’s translation of the tricky-but-important Greek phrase usually translated into English as the “wine-dark sea”.
From what I can remember it is about a wine-coloured face or eye. I would guess that “iwayini” won’t be in this translation at all. -mdaka and -mdokwe could both be reddish and darkish I suppose.
LikeLiked by 1 person
definitely either mdaka or mdokwe, with a possible nsomi for the dark-purple bits!
LikeLike