Categories
uPhunga noMageba

Khetha

Ngakhetha ukungena ngesango elincane, nokuhamba ngendlela eyingcingo. Emva koKhetho, nasemva kokuba kwaphinda kwacweba iziziba, ngizithola ngihlukile. Izwe lethu libukeka sengathi nalo lihlukile – kunenhlasana yethemba, kungaqhutshekwa emva kweminyaka yenkohlakalo. Kodwa sengiqala ukuwuzwa umehluko kimina. Kusengathi ngaba yisiphungumangathi esalenga iminyaka emoyeni, kwaqhamuka esinye isilwane kunalesiya esangena kusona. Kodwa abakwaziyo bathi isiphungumangathi singathatha iminyaka ukuze okungaphakathi kwaso […]

Categories
incwadinsuku / daily blog izaga nezisho / proverbs and idiom Linguistics / ubuLimi Uncategorized

izimvubu nezingwenya

In all the change and chaos this week brought to things in general, what with last-minute about-turns and an 11th-hour resignation, there was one little gem that I choose to pick out. It involves hippopotami, crocodiles, and isaga sesiZulu (a Zulu proverb). You see, just before 18:30 on Wednesday (usuku lwezithandani, futhi) I was on […]